Ngiyacela ngobuqotho, ngesihawu sika-Elohim, ukuba ninikele imizimba yenu ibe ngumhlatshelo ophilayo, ohlukaniselwe u-Elohim nothokozisayo kuYe; lokhu kuwukumkhonza ngokunengqondo.
Futhi ningalingisi isimo saleli zwe, kodwa niguqulwe ngokwenziwa kabusha kwengqondo yenu, ukuze nazi ukuthi iyini intando kaNkulunkulu enhle, ethokozisayo nepheleleyo.

Nenhum comentário:
Postar um comentário